4
UGUGU INKALANKALA ENOBUNGANI Sanibonani, igama lami ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi noThemba. Gugu Themba Nandi Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi elise Mkhomazi, KwaZulu-Natal. Sinamagobolondo aqinile avikela Imizimba yethu. ‘Kusho u Nandi’ s c r i t c h - s c r a t c h s c r i t c h - s c r a t c h “Manje sesinezindawo eziphephile zokuhlala”, sisho sonke. Ngimatasatasa ngimba umgodi wami, ngisebenzisa izandla zami ezimise okwezikere ukuze ngikwazi ukukhipha isihlabathi emgodini, mase uNandi No Themba bebona umgodi wami, bazofuna ukumba eyabo nabo. Sesiyakwazi ukungena ngokushesha emigodini yethu uma kunobungozi njengokuthi: Abadobi nezinyawo zabo ezinkulu Izinja ezimba imigodi zisondela eduze kakhulu noma Njalo ntambama uThemba uyaphuma emgodini wakhe asibize ethi “ngilambile”, esho “Wozani sizobona ukuthi singayithola yini into esizoyidla!”. Thina sobathathu, kanye nabanye abangani bethu, sichitha isikhathi esiningi sasebusuku sisebenzisa amehlo ethu, lawa angaphambili kwamagobolondo ethu, Ukuthola izinhlanzi nokunye okuncane esingase sikudle. 1

UGUGU INKALANKALA Sanibonani, igama lami ENOBUNGANI …...ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi noThemba. Gugu Themba Nandi Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi

  • Upload
    others

  • View
    6

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: UGUGU INKALANKALA Sanibonani, igama lami ENOBUNGANI …...ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi noThemba. Gugu Themba Nandi Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi

UGUGU INKALANKALA ENOBUNGANI

Sanibonani, igama lami ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi

noThemba.

GuguThemba

Nandi

Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi

elise Mkhomazi, KwaZulu-Natal.

Sinamagobolondo aqinile avikela Imizimba yethu.

‘Kusho u Nandi’

scritch

-scratch

scritch

-scratch

“Manje sesinezindawo

eziphephile zokuhlala”, sisho sonke. Ngimatasatasa ngimba umgodi

wami, ngisebenzisa izandla zami ezimise okwezikere ukuze ngikwazi ukukhipha

isihlabathi emgodini, mase uNandi No Themba bebonaumgodi wami, bazofuna ukumba

eyabo nabo.

Sesiyakwazi ukungena ngokushesha emigodini

yethu uma kunobungozi njengokuthi:

Abadobi nezinyawo

zabo ezinkulu

Izinja ezimba imigodi

zisondela eduze kakhulu

noma

Njalo ntambama uThemba uyaphuma emgodini wakhe asibize

ethi “ngilambile”, esho“Wozani sizobona ukuthi singayithola

yini into esizoyidla!”.

Thina sobathathu, kanye nabanye abangani bethu, sichitha isikhathi esiningi sasebusuku sisebenzisa amehlo ethu, lawa

angaphambili kwamagobolondo ethu, Ukuthola izinhlanzi nokunye okuncane esingase sikudle. 1

Page 2: UGUGU INKALANKALA Sanibonani, igama lami ENOBUNGANI …...ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi noThemba. Gugu Themba Nandi Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi

2

Uma omunye wethu ebona okumnanjana siyakekela siyekhona, njalo sigijima lukeke ngezinyawo zethu eziyisishiyagalombili.

scuttle

scuttle

scuttle

Kungani singakwazi ukugijima sibheke phambili? Awuzame!

weee! siyamhleka sonke ngenkathi/ uma ekhutshwa

yilezinyawo eziyisishiyagalombili.

Kumele sigijime sikekele, uma kungenjalo sizolokhu sikhubeka

sikhutshwa yizinyawo zethu eziyishiyagalombili.

Sichitha ubusuku bonke sidlala siphinde sidle.Uma sidla sisebenzisa izandla ezifana nezikere,

ezibukeka njenge zinyawo zethu.

Mal

ipha

kama

ilan

ga sip

hindela emigodini yethu siyolala.

zzzz

Page 3: UGUGU INKALANKALA Sanibonani, igama lami ENOBUNGANI …...ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi noThemba. Gugu Themba Nandi Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi

2

IMIBUZO A

B

C

1) Izinkalankala ziyimba kuphi imigodi yazo?

2) Yini evikela imizimba yazo?

3) Zinezinyawo ezingaki zokugijima izinkalankala?

4) Akuphi amehlo azo?

5) Zidlani izinkalankala?

1) Uyalazi elinye igama lezandla? 2) Nikeza elinye igama lokunyakaza ngokushesha.

3) Yiziphi ezinye izinhlobo zamagobolondo

esizithola osebeni lolwandle?

1) Uma kunezinkalankala ezinhlanu (5) olwandle, zingaki izinyawo zazo zokugijima sezizonke? 2) Mangaki amehlo ezinkalankala eziyishumi (10) sezihlangene?

3) Kunezinkalankala eziyishumi nane (14) olwandle, inyoni-seagull ibambe eziyisikhombisa (7), zingaki ezisele? 4) Izinkalankala ezingamashumi amathathu nambili (32) zigijime zaya emgodini yazo, eziyishumi (10) zalahleka, bese ezinye eziyisishiyagalombili (8) zidliwe, zingaki ezathola imigodi yazo?Written by Rosemary Lang and Judy Mann

Designed by Colette BodenstaffTranslated by Bulelani Ntuli

Page 4: UGUGU INKALANKALA Sanibonani, igama lami ENOBUNGANI …...ngingu Gugu, amagama abangani bami uNandi noThemba. Gugu Themba Nandi Siyizinkalankala ezincane ezintathu ezihlala ebhishi

Mal

ipha

kama

ilan

ga sip

hindela emigodini yethu siyolala.

DWEBA UGUGU NABANGANI BAKHE