6
UNIVERSITY OF KWAZU LU- NATAL FACULTY OF EDUCATION Edgewood Campus BACHELOR OF EDUCATION MAY-JUNE EXAMINATIONS - 2011 Module Title IsiZulu MT 210 Code EDZU 210 E1 Duration 3 hrs Marks 100 Dr ZP Nkosi; Mrs TT Internal Dladla; Mr ZN External Ms NY Ngcobo Examiner Mpungose; Ms T Examiner Ndlovu & Ms BY Mhlongo QAPHELA 1. LEU PHEPHA UNAMAKHASI AYISITHUPHA UMA KUHLANGANISA NEPHEPHA ELEMBOZILE. 2. PHENDULA YONKE IMIBUZO NJENGALOKHU UYAUWE, UKHETHE LAPHO KUFANELE KHONA. 3. BHALA NGOKUCOPHELELA, NGESANDLA ESIFUNDEKAYO. 1

QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

  • Upload
    others

  • View
    50

  • Download
    2

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

UNIVERSITY OFKWAZU LU-NATAL

FACULTY OF EDUCATIONEdgewood Campus

BACHELOR OF EDUCATIONMAY-JUNE EXAMINATIONS - 2011

Module Title IsiZulu MT 210 Code EDZU 210 E1

Duration 3 hrs Marks 100

Dr ZP Nkosi; Mrs TTInternal Dladla; Mr ZN External Ms NY NgcoboExaminer Mpungose; Ms T Examiner

Ndlovu & Ms BYMhlongo

QAPHELA

1. LEU PHEPHA UNAMAKHASI AYISITHUPHA UMAKUHLANGANISA NEPHEPHA ELEMBOZILE.

2. PHENDULA YONKE IMIBUZO NJENGALOKHUUYAUWE, UKHETHE LAPHO KUFANELE KHONA.

3. BHALA NGOKUCOPHELELA, NGESANDLAESIFUNDEKAYO.

1

Page 2: QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

ISIGABA A - IFONETHIKI

UMBUZOI

1.1 Ake usho ukuthi bangaki onkamisa ngokobhaloj ikelele esiZulwini. (1)

1.2 Nikeza imigudu emine yokuhululeka komoya esebenza uma kuphinyiswaimisindo esiZulwini. (4)

1.3 Shono okungelona iqiniso ngalaba onkamisa nongwaqa abalandelayo:

1.3.1 U-[i] unkamisa:a) Ophansib) Phambilic) Akandilingened) Uvalekile (1)

1.3.2 U-[e] unkamisa:a) Ophambilib) Ophezulu maphakathi nendawoc) Undilingened) Uvalekile (1)

1.3.3 U-[bh] Ungwaqa:a) Ongunsininib) Onezwanac) Ongumadubula (1)

1.3.4 U-[mfJ Ungwaqa:a) Ongundebezinyob) Ongenazwic) Ongumpheshethwad) Ongumahlikihla-mbhangqwa (1)

1.3.5 U-ngq Ungwaqabathwa:a) Ungwaqabathwa-macalenib) Onezwikazic) Ongumankankane (1)

[10]

2

Page 3: QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

UMBUZ02

2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1)2.2 Chaza umlando nemvelaphi yongwaqabathwa. (3)2.3 Chaza Ie misindo odwetshelwe ngokwempimiso kule misho elandelayo

2.3.1 USil!!!o uyathanda ukucula ekwayeni.2.3.2 Namhlanje kunoggqoqwane emfuleni.2.3.3 Ingcebo iyamhlanyisa umuntu.2.3.4 UThemba unenkani !!.iengexoxo linqaba ukuphuma endlini.2.3.5 Leli zwe seligcwele ingxabano.2.3.6 Udlame selunciphile eNingizimu-Afrika. (6)

[10]

UMBUZ033.1 Ake ufunde lesi siqeshana esingezansi, bese uchaza ongwaqa abadwetshelwe

ngokwendawo nendlela yokuhululeka komoya lapho bephinyiswa. Buka lezizimpawu ezimbili kuphela kulowo nalowo ngwaqa.

~ekuyiso leso sikhathi eNingizimu-Afrika, lapho abantu kumele bayovotela ohulumenif!.ezindawo. Ubudukluduklu izinhlangano zidudulana zibanga abavoti. Impogpayisebenzi, ngoba abavoti abahleki abathi nsi, bafuna ukufaka ivoti labo kubantuabafanele. I!!!feketho yemikhankaso ayithi shu, njengoba zonke izinhlangano sezifananezi!!E!.u eziyohlatshwa. Aba!1J!.eabahlali bavuka inj 'ebomvu njengoba bengenazoizinsiza.

[10]

3

Page 4: QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

SIMPHIWE NGUBANE

~

QHUME isililokwanomunyuemngcwabcni wephoyisa

elalizithwgle neladutshulwalabu lawa nesoka lalongesikhathi befihlwa 1108analwabo emathuneni aseRed Hille'Thekwini izolo.

Lo mngcwabokaConstable NoluthandoZakwe (25) noMnuz SibahleBlcsssing Buthelczi (24)obekukhona kuwouKhomishana wamaPhoyisakuleli uG(>neralBheki Celenowesifundazwc ul.t GeneralMinamonnye Ngobeni,uphcnduke waba wusiziizikhulumi zihlengezelaizinyembcxi U1113 zichazanW'1l1 Rilo yabashon ile ezithoibo mfushane

Fhholo cGrecllwood Parkinkonzo yornngcwabo ebikulobeligcwele phama izihlobo,abangani.omakhelwaneuamaphoylsa abosingcthe lomngcwabo.

Izikhulumicbczishintshana zichazeabashonilo njengainaqhawenhchlonipha futhi cnothnndolwabantu kodwa zababazaisihluku nonya oIukhonji8wewumsolwa oboshiwe .-uZwelillle Curnede (32)ongurnzala kalsuthelezi.

"Kulahlekelwc iNingizirnu

..t:-

AMAPHOYISA eshaya indesheni okokugcin3 kuConstab!e Noluthando Zakwe enkonzweni yaboyomngcwabo nomkhwenyana wakhe, uMl'IlIZSbahle Buthelezi, eGreenwood Park izolo. Phezukwebhokisi lakhe kukhona elinye elincane lasana Iwakhe Izithombe: "ATRICK MTOlO

Afrika yonkc ngokuharnbaernhlabgni kukazakwenoBulheJezi ahcberiekusasaeliqhakazilc,Bcnkungahantwanaabathumokayo."bcngazikhukhumezingemisebcnzi yabo futh ibefaka isandla laphokudingeka khona," kuchazaurnakhclwane kaZakwe,uNkk Ngcobo.

Kanialo ncnyunyanayamaphovisa iSA PolicingUnion itho kusungulwcuphiko oluzobhokana ngqonamacala okubulawakwamaphoyisa ukuzokushoshe ukushushiswakwabantu abagila le mikhuba.

UCel.e ukhwelc wadilikaegxeka abantu ethiabasawahloniphi amaphov isangoba bayazi ukuthi

bazokhu lunyelwangabemi111ombo yczindah:luma bcthintwa.

Alinganisclwa ku-25arnaphoyisa asehulgwckusukela ngc.lanuwari kodwaabcmithombo yczindababakubona kungolona udabaIokhu, kusho uCde.

Uthc amaphoyisa enzaiphutha ngokubulala uMnuzAndries Tatane cFicksburg

o .-2~ m~ m .5(j)X 1=:"3 C1 't:l2~ ~~ 't:l08 I=: mO'-~mo ~~ o~~~~. ~~~ 0 C1::: 9-i Z f2 m e ~ .~C1g~ ~ ....~~xrm ~W~- ~~=x~~~=mc~dc x;:;J@~·a~~~m._X~§~O~;:;J- ~x ~~~~~~Cmc~~l=:~xC N=~~~0~ '~~u;:;Jmz;:;J~~~ ~m~~m~~ m~om~;:;J~.5~~ ~C1m!=m~'2~~~C1'~x~ = x ~ ",-< ~'J 0 UJ .w .~ ~ ~ c ' -+-' ~ 0-S~~ ~~~~~~;:;J~~~~o5~MmM_ .~.~ .N~o'Cl~m ~x~~M~~SM~m~~mc~B~o6~,~.;:::; O))'c !:>C) C "''''''' ~~.o ox 0x'Cl;,.";;j.;-. ;:;J C r.... m ;:;J C ~ ~ <il • ai :«: E m;::J 0-~..:<: ;:;J -~ ;:l 0 C1~ c;:: ~ c ~ ~ ~ ~ t;;J" '8.2~~~~~ ~2~8~~~ggx s~

l) ..-\ ....~-~ 0 ~ § 0 d; .....•~ ~ . ~~~:s cr~ ~m~~£!~x ~ ~~c ~~~ .....•mmM;:;J -+-' ~W::s ._=~~Nx:>c~m=~ ~i~~ c>~. o: (l)·cU ~ Qj (/) ..0 r- ~ ~,.> <l)

'8Boc~~~~S~ 8cmx~~2.~~~02~mMm= m'ClS~._N_~m~8::s?~I=:MX b8m~~ol=:~~0, ~ -- m~, CIl mJJ,.-:l-+-,o_~~c...,.,~.. cP::;~;>'=X)).~=e~lm.el=:m~ ~~~=xl=:cO~m~Qm·-m-.- ~m~XO~~~ ;:l@C1.~~C1~~ ~o~9.~~~~Sc(j)£;>'-~~~ ~O~.oc~~~ C'~ ~ m 0 ~ ~ ;>, P.. • ~ = 't:l ~ - .•.•cmJ·~~~e~.em~~-+-,xm~22··~~~~~moCll.~SC1~~~~m(j)p"!- ~ :> -1 r< N >., m 0 Z 'r< (l) 't:l m .- ::lcrS'N ,~ c: I- ~ ~ -r-!.~ ~ '~,.Ci r]) c:: .c s: ,-C-xCZmxl=:(j)~::S = .•..mmm~t=l

t;cIc::::

~rtr1U".J~U".J~

~torn 00'"'Ij

~:r::~

c::::t;cI >tr1U".J

0=tr1c:::: Lj >'"'Ij:r::

~ 0=~u ~ Ic:::: Ljr~> N ~

•......•

0~ 0•......•t;cI ••• :zc::::N

00rn rr-> 0ZU

~tr1~r

>-<0

Page 5: QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

4.1 La magama alandelayo acashunwe endabeni engenhla. Bheka izinguqukozefonoloji ezenzeke kuwo uzigagule. Phinda ukhombise ukwenzeka kwalezizinguquko, ugxile kulezo zinhlamvu ezidwetshelwe kuphela:

4.1.1 neladutshulwa4.1.2 Lo mngcwabo4.1.3 ngempilo4.1.4 l~abantu4.1.5 olukhogjiswe4.1.6 bengazikhukhumegi4.1.7 bazokhulugyelwa4.1.8 £ndl£l£ni4.1.9 inkonzo4.1.10 ngikhathglg

(10)

4.2 Chaza umqondo oqukethwe kula magama alandelayo njengalokhu esetshenzisiweEndabeni:

4.2.1 Kuqhume isililo kwanomunyu emngcwabeni wephoyisa.4.2.2 Lo mngcwabo ubuwusizi.4.2.3 Abashonile bebenothando lwabantu.4.2.4 Badutshulwa bashona ngesikhathi bezipakele ngemoto endleleni.4.2.5 Ngikhathele ukungcwaba amaphoyisa abulewe ngakho kuzomele ngiqinisekise

ukuthi niyazivikela.(5)

[15]

UMBUZ05

5.1 Chaza ukuthi kuyini ukweqiwa konkamisa ngokwempoqo futhi kwenzeka kanjani.Khombisa nangezibonelo ukuze impendulo yakho icace.

(10)5.2 Khetha umbuzo 5.2.1 noma 5.2.2

5.2.1 Ukufanisa kungenye yezinguquko zefonoloji ezenzeka ezinhlamvini. Akeuchaze ukuthi kuyini futhi kwenzeka kanjani, ukhombise nangezibonelo.

(5)

NOMA

5.2.2 Ukulwangisa ngenye yezinguquko ezikhombisa ukuthekelelana ngokungafanikwezinhlamvu. Ake uchaze ukuthi kwenzeka kanjani, ukhombise nangomdwebookwenzekayo lapho kulwangiswa.

(5)

[15]

5

Page 6: QAPHELA - Discipline of Musicukznstats.ukzn.ac.za/eexams/downloads/EDZU210E1_06_2011...UMBUZ02 2.1 Ake uchaze ukuthi ongwaqa bahluke kanjani konkamisa ngokwempimiso? (1) 2.2 Chaza

ISIGABA C - IMIBHALO

UMBUZ06

6.1 Fundisisa lesi siqeshana esingezansi esithathelwe encwadini "Usumenyezwele-keUmcebo", bese uphendula imibuzo elandelayo. Caphuna endabeni ukwesekelaizimpendulo zakho.

"Kanti uma umntwana", kusho uMaHadebe esinaza, "engathandi nemali yakheakayekwe. Thina dade besivele siziphilela ngophuthu lapha ekhaya ngaphandlekwemadlana yakhe lena asesiklolodela ngayo. Nawe Mazibuko awumyeke uMaNdeluazidlele imali yakhe nomntanakhe". Wakhuza uMeyili wathi, "Awuthule MaHadebe",wayesebheka uMaNdelu. "Hhayi ngiyezwa-ke. Uyavumelana MaNdelu nokubasimlande umntwana? ' ,"Qha yise, "washampunza. ((Ngizombhalela incwadi namuhla ngithi akabuye ngobausevele usekutholile ayeyokusebenzela esilungwini. ""Ngiyezwa. Uthumele uButhuntu ayoyiposa ekuseni lokhu okusayo ukuze ashesheayithole uNomvula abuye". Wathatha imali eyayisetafuleni wayibala, yagwinywayikhukhu. UMaNdelu wahlengezela izinyembezi. (( Wenzani yise kaBhekameva?Wathatha imali engathunyelwe wena? "Wanxapha tiMeyili wathi, "Malladebe,unomlomo omude. Indawo yakho usuyikhohliwe. Wena awuyona indoda lapha ekhaya,futhi akekho namunye ongangishayela umthetho lapha emzini kababa. Ngifuna nonkenifunde ukuthi imali yonke ethunyelwa abantwana lapha ekhaya eyami. "

Phendula imibuzo elandelayo:

6.1.1 Sebenzisa injulalwazi eqhakambisa ubulili besifazaneukuhlaziya imiyalezo edluliswa yisiqeshana osinikeziwe.Yiziphi izinkomba ezisetshenziswe endabeni ukukhombisaokungumphumela walokhu kungalingani?Bhala izimo zokukhuluma ezisetshenzisiwe kulesi siqeshana.

(iFeminizimu)(8)

ukungqubuzana(4)

(8)

[20]

6.1.2

6.1.3

UMBUZ077.1 Umona ngenye yezindikimba ezibalulekile ezigqamile encwadini ethi

"Usumenyezelwe-ke Umcebo". Awubhale kafushane okungenani izigamekoezintathu ezidle ngokuqina ezenzeka endabeni neziyiveza ngokusobalaindikimba yomona. (15)

7.2 Imali ayiluthezi olunenkume! Bhala kafushane ngobuhlobo obukhona phakathikukaMeyili, noMirriam. Incazelo yakho mayichaze zonke izigameko ezithintalaba balingiswa ababili. (5)

[20]

6