68
Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

  • View
    237

  • Download
    5

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Microsoft® Office Outlook® 2007 Ukuqeqesha

Yiba sezingeni

Page 2: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Okuqukethwe kwekhozi

• Ukubuka konke: Isihumusho esisha se-Outlook

• Isifundo 1: Yazi i-Ribbon

• Isifundo 2: Thola imiyalo yansuku zonke

• Isifundo 3: Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe

Isifundo ngasinye sibandakanya uhla lwemisebenzi ephakanyiswayo kanye nesethi yemibuzo yokuvivinya.

Page 3: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ukubuka konke: Isihumusho esisha se-Outlook

Qaphela! Kunesihumusho esisha se-Outlook.

Isakhiwo esisha nezici ezintsha kuzokusiza ufeze ngokuyikho nakalula imisebenzi oyenza nsuku zonke.

Page 4: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Izinjongo zekhozi

• Hambahamba ku-Outlook 2007.

• Thola imiyalo ku-Ribbon bese wenza izinto ozenza nsuku zonke: funda uthumele i-imeyli, sebenza ngama-aphoyintimenti nemihlangano, futhi sebenzisa oxhumana nabo.

• Thumela futhi wamukele izithombe nezinanyathiselwa. Qinisekisa ukuthi abemukeli bazokwazi ukuvula amafayela ananyathiselwe asebenzisa amafomathi okukhulula amafayela e-2007 Microsoft Office entsha.

Page 5: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isifundo 1

Yazi i-Ribbon

Page 6: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Yazi i-Ribbon

Uma wakha ngokokuqala umyalezo kwi-Outlook 2007 (noma uvula owamukelayo), uzobona i-Ribbon.

Yibhendi enqamula phezulu ewindini.

Ikusiza ekwenzeni izinto kalula kakhudlwana nangezinyathelo ezimbalwa kakhudlwana.

I-Ribbon

Ikhalenda Oxhumana nabo Ibha Yokwenziwayo

Page 7: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Kwethulwa i-Ribbon

Nanku umyalezo we-imeyli omusha. I-Ribbon iphezulu ewindini.

I-Ribbon iyabonakala njalo uma wakha noma uhlela okuthile ku-Outlook.

I-Microsoft yacwaninga ngokucophelela izindlela abantu abasebenzisa ngazo imiyalo ku-Outlook.

Ngenxa yalolo cwaningo, imiyalo ethile ye-Outlook igqame kakhudlwana, futhi imiyalo ejwayelekile ivezwa futhi iqoqwa ngezindlela ezenza kube lula ukuyithola nokuyisebenzisa.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka

Namathisela Fomatha Isipendi

Kopisha

Sika

Ibhulk Lamakheli

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Page 8: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Sihlolisisa i-Ribbon

Ukukusiza kangcono ufunde ukusebenzisa i-Ribbon, nanku umkhombandlela wokuhleleka kwayo okusemqoka.

1

2

3

Amathebhu: I-Ribbon yenziwe ngamathebhu ehlukene, iyinye ihlobene nezinhlobo ezithile zomsebenzi owenza ku-Outlook.

Amaqoqo: Ithebhu ngayinye inamaqoqo amaningana akhombisa izinto ezihlobene ndawonye.

Imiyalo: Umyalo yibhathini, ibhokisi lapho ungafaka khona ulwazi, noma imenyu.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka Amagama

Namathisela Fomatha Isipendi

Kopisha

Sika

Ibhuku Lamakhe

li

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Ibhodi yokunamathisela

Page 9: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

I-Ribbon ikhombisa okudingayo

Futhi, uzohlangana ne-Ribbon uma wenza izenzo ezithile njengokwakha imiyalezo, ukubhala kwikhalenda, noma oxhumana nabo.

I-Ribbon iveza amathebhu nemiyalo okuqondene nokwenzayo.

Okusho ukuthi, amathebhu ku-Ribbon azohluka kuye ngendawo ku-Outlook osebenza kuyo.

Page 10: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isithombe siveza okunye kwalokhu okwehlukile.

1

2

3

Umyalezo omusha uveza Umyalezo namathebhu e-Izinketho.

I-aphoyintimenti entsha iveza ithebhu ye-Aphoyintimenti.

I-aphoyintimenti entsha iveza ithebhu ye-Oxhumana nabo.

I-Ribbon ikhombisa okudingayo

Page 11: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Kungaphezu kokubonayo

Umcibisholo omncane phansi eqoqweni usho ukuthi kunokunye ngaphezu kokubonayo.

Leli bhathin i kuthiwa Isiqalisi Sebhokisi Lengxoxo.

Isithombe siveza ukuthi ukuze ubone uhlu olugcwele lwezinketho zamafonti, uzoqhafaza umcibisholo oseceleni kweqoqo Umbhalo Osemqoka kuthebhu Umyalezo yomyalezo omusha we-imeyli.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka

NamathiselaFomatha Isipendi

Kopisha

Sika

Ibhuku Lamakhel

i

Thumela Ifonti Ukwehlukana Kwezinhlamvu

Ibhodi yokunamathisela

Page 12: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha

IBha yamathuluzi Yokungena Ngokushesha yibha yamathuluzi encane ngenhla kwe-Ribbon.

Yenza ukuthi imiyalo oyidinga noyisebenzisa kakhulu ihlale iseduze.

Yini enhle kakhulu ngeBha yamathuluzi Yokungena Ngokushesha? Okukuyona kukuwena.

Okushukuthi, ungafaka kuyo imiyalo yakho eyizintandokazi ngokuqhafaza kwesokudla kalula.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka

Namathisela Fomatha

Isipendi

Kopisha

Sika

Ibhuku Lamakheli

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Ibhodi yokunamathisela

Page 13: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha

Uzobona futhi usebenzise amaBha amathuluzi okuNgena Ngokushesha ehlukene kuye ngendawo ye-Outlook osebenza kuyo.

Isibonelo, ukwenza kwamukeleke Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha kumiyalezo oyithumelayo ngeke kuvele kuBha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha yoXhumana nabo.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka

Namathisela Fomatha

Isipendi

Kopisha

Sika

Ibhuku Lamakhel

i

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Ibhodi yokunamathisela

Page 14: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Okunye mayelana nezinketho

Ku-Outlook 2007, usetha izinketho kuzindawo ezimbalwa ezihlukene.

Izinketho zokubhala i-email

Uma ufuna ukushintsha amasethingi akho okubhala i-e-mail—isibonelo, ukwenza isihlolimagama siyeke ukuziba amagama amakhulu—lokho ukwenza kwelithi Izinketho Zomhleli ibhokisi lengxoxo.

Umyalezo

Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Ibhokisi lengenayo – Microsoft Outlook

Ifayela

Hlela Buka Hamba Amathuluzi

Izenzo Usizo

Umyalezo Omusha Weposi

Gcina

Vala

Yakha Into Entsha ye-Outlook

Umyalezo Weposi

I-aphoyintimenti

Isicelo Somhlangano

Izinketho Zomhleli

Page 15: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Okunye mayelana nezinketho

Ku-Outlook 2007, usetha izinketho kuzindawo ezimbalwa ezihlukene.

1

2

Chofoza ibhathini ye-Microsoft Office .

Qala ngokwakha umyalezo, bese wenza lokhu:

Chofoza Izinketho Zomhleli.

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Ibhokisi lengenayo – Microsoft Outlook

Ifayela

Hlela Buka Hamba Amathuluzi

Izenzo Usizo

Umyalezo Omusha Weposi

Gcina

Vala

Yakha Into Entsha ye-Outlook

Umyalezo Weposi

I-aphoyintimenti

Isicelo Somhlangano

Izinketho Zomhleli

Page 16: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Okunye mayelana nezinketho

Ku-Outlook 2007, usetha izinketho kuzindawo ezimbalwa ezihlukene.

Izinketho zokuthumela i-email

Uma uthumela umyalezo we-e-mail, ungakhetha ukuthi uthunyelwa kanjani umyalezo. Usetha lezi nketho kumathebhu atholakala ku-Ribbon yomyalezo ovuliwe.

Umyalezo

Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Ibhokisi lengenayo – Microsoft Outlook

Ifayela

Hlela Buka Hamba

Amathuluzi

Izenzo Usizo

Umyalezo Omusha Weposi

Gcina

Vala

Yakha Into Entsha ye-Outlook

Umyalezo Weposi

I-aphoyintimenti

Isicelo Somhlangano

Izinketho Zomhleli

Page 17: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Okunye okusha: Ibha Yokwenziwayo

Itholakala kude kwesokudla sewindi, iBha Yokwenziwayo iyabonakala noma usebenza kuphi ku-Outlook.

Ibha Yokwenziwayo ikugadela imisebenzi nama-aphoyintimenti okuzayo.

Ibha Yokwenziwayo

Juni 2007

Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku Lokugcina

Thayipha umsebenzi omusha

Namuhla

Page 18: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Okunye okusha: Ibha Yokwenziwayo

Itholakala kude kwesokudla sewindi, iBha Yokwenziwayo iyabonakala noma usebenza kuphi ku-Outlook.

Isithombe sibiza ezimbalwa zezimpawo zaso ezisemqoka:

1

2

3

Isihlwayi Sezinsuku

Ama-aphoyintimenti ekhalenda ezayo

Indawo yokufaka imisebenzi emisha ngokuthayipha

Uhlu lwemisebenzi yakho4

Ibha Yokwenziwayo

Juni 2007

Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku Lokugcina

Thayipha umsebenzi omusha

Namuhla

Page 19: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ukubukeka okusha kwikhalenda

Ukwakhiwa kwekhalenda kwi-Outlook 2007 kwenza kube lula ukubona okwenzekayo.

Nokuhambahamba kulula futhi.

1

2

Amabhathini amakhulu enza kube lula ukushintsha kalula phakathi kokubonakalayo kwansukuzonke, kwamaviki wonke nokwanyanga zonke.

Amabhathini athi Emuva no Phambili enza udlulele kalula osukwini, evikini noma enyangeni okulandelayo kwikhalenda.

Isithombe siveza izibonelo ezithile:

Usuku Iviki Inyanga Veza Iviki Lomsebenzi Veza Iviki Eligcwele

Juni 04 - 08, 2007 Cinga kuKhalenda

uMsombuluko uLwesibili uLwesithathu uLwesine

Veza Imisebenzi mhlaka: Usuku Lokugcina

Imis

eben

zi

9:00

Page 20: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ukubukeka okusha kwikhalenda

Ukwakhiwa kwekhalenda kwi-Outlook 2007 kwenza kube lula ukubona okwenzekayo.

Nokuhambahamba kulula futhi.

3 Indawo ye-Imisebenzi ikhombisa imisebenzi yakho yamanje nezayo futhi ilandela okufezile.

Isithombe siveza izibonelo ezithile:

Usuku Iviki Inyanga Veza Iviki Lomsebenzi Veza Iviki Eligcwele

Juni 04 - 08, 2007 Cinga kuKhalenda

uMsombuluko uLwesibili uLwesithathu uLwesine

Veza Imisebenzi mhlaka: Usuku Lokugcina

Imis

eben

zi

9:00

Page 21: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ukubukeka okusha koxhumana nabo

Ku-Outlook 2007, Amabhizinisi Khadi e-Elekthronikhi enza kube lula ukubuka oxhumana nabo nokubahlanganyela.

Chofoza Oxhumana nabo uukshintshela endaweni ye-Outlook.

Ungathumela Amakhadi Ebhizinisi e-Elekthronikhi nge-email. Ungafuna ukufaka elakho Ikhadi Lebhizinisi le-Elekthronikhi njengesignisha yakho ye-email.

Oxhumana nabo

Iwin

jan

a L

oku

zula

zula

Katie Jordan

Pia Lund Richard Tupy

Gundrun Jörgensen

Jordan, Katie

Lund, Pia

Jörgensen, Gundrun

Tupy, Richard

Page 22: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ukubukeka okusha koxhumana nabo

Qaphela ukuthi kule sithombe, Iwinjana Lokuzulazula lincishisiwe ukuveza elithe xaxa ifasitelana laBathintwayo.

Unganciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya kunoma iyiphi indawo ye-Outlook ngokuqhafaza ibhathini le-Iwinjana Lokuzulazula.

Oxhumana nabo

Iwin

jan

a L

oku

zula

zula

Katie Jordan

Pia Lund Richard Tupy

Gundrun Jörgensen

Jordan, Katie

Lund, Katie

Jörgensen, Gundrun

Tupy, Richard

Page 23: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Iziphakamiso zokuzilolonga

1. Yakha umyalezo bese ubona i-Ribbon.

2. Vula umyalezo bese ubona i-Ribbon lomyalezo owamukelwe.

3. Setha izinkento zezinhlelo, izinketho zomhleli wama-email, nezinketho zemiyalezo ye-email.

4. Hlolisisa iBha Yokwenziwayo ubone ukuthi ungayenza kanjani ijwayeleke.

5. Cinga kukhalenda yakho ubuke oxhumana nabo esibukweni esisha samaBhizinisi Khadi (mawuthanda).

Page 24: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 1, umbuzo 1

I-Ribbon izofana kumyalezo omusha we-email nakumyalezo we-email owamukelwe. (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Yiqiniso.

2. Yiphutha.

Page 25: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 1, umbuzo 1: Impendulo

Yiphutha.

Okuku-Ribbon kuzokwehluka ngoba izidingo zakho zokubhekana nemiyalezo ye-email emisha neyamukeliwe zizohluka.

Page 26: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 1, umbuzo 2

Usungene kwikhalenda futhi usulungele ukuhlolisisa. Ukwenza isikhala esithe xaxa ewindini le-Outlook, yikuphi kokulandelayo ongakwenza ngaphakathi ku-Outlook? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Sebenzisa amabhathini aphezulu ukufihla imininingwane.

2. Nciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya.

3. Shintsha amasethingi okucaca esibuko sakho.

Page 27: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 1, umbuzo 2: Impendulo

Nciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya.

Kule sihumusho se-Outlook, unganciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya ngokuqhafaza ibhathini le-Nciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya.

Page 28: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isifundo 2

Thola imiyalo yansuku zonke

Page 29: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Thola imiyalo yansuku zonke

Ufakelwe i-Outlook 2007 futhi uke wazinika isikhathi wafunda ngezinye izindlela ehluke ngazo kuzihumusho zangaphambili.

Manje yisikhathi sokusebenza.

Ngabe kuzoba lula ukwenza izinto odinga ukuzenza ku-Outlook?

Lesi fundo sizokukhombisa ukuthi impendulo ngu yebo.

Page 30: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Yakha umyalezo omusha

Yisikhathi sokubhala nokuthumela umyalezo wakho wokuqala we-email ngokusebenzisa entsha i-Outlook.

Udingani ukuze wazi?

Kumyalezo omusha, qala ngokuhambisana ne-Ribbon. Ithebhu yo Myalezo iphezulu, nemiyalo ongase uyisebenzise njalo uma wakha futhi uthumela umyalezo.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka

Namathisela Fomatha Isipendi

Kopisha

Sika

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Ibhodi yokunamathisela

Ibhokisi lengenayo

OkushaI-

Mail

Page 31: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Yakha umyalezo omusha

Ukusebenzisa amanye amathebhu

Isibonelo, uku shutheka isithombe ukuze sibonakale siqondene nombhalo womyalezo wakho (hhayi njengesinanyathiselwa esiseceleni), kuzodingela ushintshele kuthebhu ethi Shutheka.

Uma unenkinga ekutholeni umyalo noma ibhathini, kungadingeka ubheke kwenye ithebhu.

Ibhodi yokunamathisela

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka

Namathisela Fomatha Isipendi

Kopisha

Sika

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Ibhodi yokunamathisela

Ibhokisi lengenayo

OkushaI-

Mail

Page 32: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Sebenzisa Ibhuku Lamakheli ukwengeza abamukeli

Sebenzisa Ibhuku Lamakheli ukwengeza amagama ezinkundleni ezithi Ku, Cc, no- Bcc .

Uzothola umyalo we-Ibhuku Lamakheli kuthebhu ethi Umyalezo.

Ekhaya Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Namathisela Fomatha Isipendi

Kopisha

Sika

Ibhuku Lamakhel

i

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Ibhodi yokunamathisela

Umbhalo Osemqoka

Page 33: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Veza noma fihla inkundla ethi Bcc

Uma ukhetha ukuthayipha amakheli e-email ngqo kumabhokisi athi Ku no-Cc, ungafuna ukwazi futhi ukuthi ivezwa kanjani inkundla ethi Bcc ukuze nakuyona uthayiphe amagama.

Isithombe siveza indawo yomyalo we- Veza i-Bcc.

Njengoba ubona, uzokuthola kuthebhu ethi Izinketho.

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Bcc…

Veza I-Bcc

Veza Kuvela

Izinkundla

Page 34: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Faka isignisha yakho

Uyathanda na ukusebenzisa isignisha yakho ye-email esiphethweni semiyalezo yakho ye-Outlook?

Amasignisha e-email angabamba iqhaza ekuhlinzekeni ngolwazi lokuxhumana, okwenza ubuwena noma inkampani yakho kucace ngokushesha, futhi kusize ekuphetheni imiyalezo ngendlela efanele.

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Sala kahle    PIA LUNDUmqondisi WezokumakethaContoso Ltd.612-555-0189 (w)612-555-1090 (m)

Okumhlophe    Pia

Ozithobayo,Pia Lund

Page 35: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Faka isignisha yakho

Ungashintsha amasignisha akhona noma wakhe amasha, noma usethe isignisha ehleliwe.

Isithombe siveza okulandelayo okuzokwenzeka:

1

2

Uma uke wawakha amasignisha ngaphambili, uzowabona ekleliswe lapha.

Ukwakha amasignisha amasha, ukusetha isignisha ehleliwe, noma ukuguqula amasignisha akhona, chofoza Amasignisha.

Qala ngokuqhafaza umcibisholo ongezansi komyalo we-Isignisha.

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Umbhalo Osemqoka Faka

Ibhuku Lamakheli

Hlola Amagama

Namathisela Ifayela

LandelaUmkhondo

Ibhizinisi Khadi

Ikhalenda Isignisha

IbhizinisiOkuqondene nawe

Amasignisha...

Amagama

Page 36: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Sebenzisa amaflegi nezikhumbuzi

Amaflegi nezikhumbuzi kungasiza wena nabanye nikhumbule ukwenza izinto.

Ukwengeza iflegi, isikhumbuzo, noma kokubili uma wakha umyalezo, qala ngokuqhafaza Landela Umkhondo eqoqweni Izinketho lomyalezo omusha.

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Kusasa

Namuhla

LandelaUmkhondo

Kuleli Viki

Ngeza isikhumbuzi

Susa Iflegi

Iflegi Labemukeli

Ibhokisi lengenayo

Amagama Namathisela Ifayela

Faka

Page 37: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Sebenzisa amaflegi nezikhumbuzi

Zilandelele wena umkhondo

Ukuqinisekisa ukuthi uyakhumbula ukwenza lokho, zifakele wena iflegi kumyalezo ngokuqhafaza Landela Umkhondo bese uqhafaza Kusasa.

Umyalezo ufakwa iflegi bese wengezwa oHlwini Lokwenziwayo ku-Imisebenzi. Uvela futhi njengento kweyakho Ibha Yokwenziwayo.

Ake sithi uthumela umyalezo kuzakweni othi “Ngizolandela umkhondo wakho kusasa.”

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Kusasa

Namuhla

LandelaUmkhondo

Kuleli Viki

Ngeza isikhumbuzi

Susa Iflegi

Iflegi Labemukeli

Ibhokisi lengenayo

Amagama Namathisela Ifayela

Faka

Page 38: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Sebenzisa amaflegi nezikhumbuzi

Landela umkhondo kamamukeli

Ngaphambi kokuthumela umyalezo, uyacacisa ukuthi ufuna umemukeli akhunjuzwe nini ukulandela umkhondo wakho.

Njengoba sikhombisa isithombe, umyalezo owamukelwe uzobandakanya iflegi nophawu lwensimbi. Uma nje umemukeli esawugcinile umyalezo ebhokisini lakhe leposi le-Outlook, kuzovezwa isikhumbuzi ngesikhathi osishoyo.

Unganamathisela futhi iflegi lokulandela umkhondo labemukeli bakho ngokusebenzisa umyalo othi Iflegi Labemukeli, eligqanyisiwe esithombeni.

Thumela

Ku

Cc…

Isihloko:

Kusasa

Namuhla

LandelaUmkhondo

Kuleli Viki

Ngeza isikhumbuzi

Susa Iflegi

Iflegi Labemukeli

Ibhokisi lengenayo

Amagama

Namathisela Ifayela

Faka

Page 39: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Phendula umyalezo  

I-email ayigcini nje ngokuthumela kuphela...

...imayelana futhi nokwamukela nokuphendula.

Uma uphendula kumyalezo ovuliwe, uzosebenzisa amabhathini eqoqweni Phendula kuthebhu Umyalezo ye-Ribbon.

Uzoqaphela ukuthi okukwi-Ribbon kumbiko owamukelwe kwehlukile kulokho okukuyona komyalezo omusha weposi.

Umyalezo

Phendula

Phendulakubo Bonke

Dlulisa Sula Hambisa kuFolda

Yakha Umtheth

o

Ezinye Izenzo

Isithumeli Samabhlok

hiPhendula Izenzo I-Imeyli

EngadingekiKuvela ku:Ku:

Cc…

Isihloko:

Page 40: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Whoops! Udinga ukubuyisa umyalezo?

Usanda kuthumela umyalezo bese ukhumbula ukuthi kunomniningwane osemqoka ongalungile.

Uma usebenzisa i-Microsoft Exchange Server ku-email yakho, ungakwazi ukubuyisa umyalezo osanda kuwuthumela.

Uma uthatha le sinyathelo ngaphambi kokuba umemukeli awufunde umyalezo, ukuwubuyisa kuzokuvumela ukuba uthumele isihumusho esilungisiwe kulowo muntu bese ugwema ukuphoxeka obekungenzeka.

Umyalezo

Sula Hambisa kuFolda

Yakha Umtheth

o

Ezinye Izenzo

Izenzo

Kuvela ku:

Ku:

Cc…

Isihloko:

Isithumeli Samabhlok

hiI-Imeyli Engadingeki

I-Mail

Izinto Ezithunyeliwe

Wonke Amafolda EposiZonke izinto Zeposi

Ibhokisi lengenayo

Ibhokisi Lephumayo

Izinto Ezithunyeliwe

Cinga izinto Ezithunyelwe

Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku

Hlela Umyalezo

Buyisa Lo myalezo

Thumela kabusha Lo myalezoGcina izinanyathiselwa

Page 41: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Whoops! Udinga ukubuyisa umyalezo?

Usanda kuthumela umyalezo bese ukhumbula ukuthi kunomniningwane osemqoka ongalungile.

Nakhu okumele ukwenze:

1

2

Ku-Ifasitelana Lokuhlwaya, chofoza Izinto Ezithunyeliwe ukushintshela kuleyo folda.

Kufolda ye-Izinto Ezithunyeliwe, chofoza kabili umyalezo ofuna ukuwubuyisa ukuze uvuleke.

Umyalezo

Sula Hambisa kuFolda

Yakha Umtheth

o

Ezinye Izenzo

Izenzo

Kuvela ku:

Ku:

Cc…

Isihloko:

Isithumeli Samabhlok

hiI-Imeyli Engadingeki

I-Mail

Izinto Ezithunyeliwe

Wonke Amafolda EposiZonke izinto Zeposi

Ibhokisi lengenayo

Ibhokisi Lephumayo

Izinto Ezithunyeliwe

Cinga izinto Ezithunyelwe

Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku

Hlela Umyalezo

Buyisa Lo myalezo

Thumela kabusha Lo myalezoGcina izinanyathiselwa

Page 42: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Whoops! Udinga ukubuyisa umyalezo?

Usanda kuthumela umyalezo bese ukhumbula ukuthi kunomniningwane osemqoka ongalungile.

Nakhu okumele ukwenze:

3 Kumyalezo ovuliwe, chofoza Ezinye Izenzo eqoqweni Izenzo, bese uqhafazaBuyisa Lo myalezo.

Umyalezo

Sula Hambisa kuFolda

Yakha Umtheth

o

Ezinye Izenzo

Izenzo

Kuvela ku:

Ku:

Cc…

Isihloko:

Isithumeli Samabhlok

hiI-Imeyli Engadingeki

I-Mail

Izinto Ezithunyeliwe

Wonke Amafolda EposiZonke izinto Zeposi

Ibhokisi lengenayo

Ibhokisi Lephumayo

Izinto Ezithunyeliwe

Cinga izinto Ezithunyelwe

Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku

Hlela Umyalezo

Buyisa Lo myalezo

Thumela kabusha Lo myalezoGcina izinanyathiselwa

Page 43: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Yenza isikhathi ukhumbule nokwenza izinto

I-Outlook ayigcini nje ngokuthumela kuphela.

Imayelana futhi nokuhlela isikhathi sakho, okwenza kukhalenda.

Uma wakha noma uvula into kukhalenda yakho, uzobona ukuthi i-Ribbon iveza amaqoqo nemiyalo elungele ukukusiza ulawule isikhathi sakho.

I-aphoyintimen

ti

Shutheka

Fomatha Umbhalo

Izenzo Veza

Gcina bese Uvala

Mema Abahambeli

I-aphoyintiment

i

Ukuhlelela

Khombisa Njenge

Isikhumbuzi

Bhizi

Isihloko:

Indawo:

Isikhathi sokuqala:

Isikhathi sokuqeda:

15 imizuzuLutho0 imizuzu

5 imizuzu

10 imizuzu15 imizuzu30 imizuzu1ihora

2 amahora3 amahora

Page 44: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Yenza isikhathi ukhumbule nokwenza izinto

Uma wakha noma nhloboni okuzofakwa kukhalenda, isikhumbuzi sisethwa ngokuzenzekela.

Ukushintsha isikhathi sokukhumbuza i-aphoyintimenti:

1

2

Kuthebhu I-Aphoyintimenti, chofoza umcibisholo ukuvula uhlu lwe-Isikhumbuzi bese ukhetha isikhathi.

Uma usulwenzile ushintsho, chofoza Gcina bese Uvala kude esinxeleni se-Ribbon.

I-aphoyintimen

ti

Shutheka

Fomatha Umbhalo

Izenzo Veza

Gcina bese Uvala

Mema Abahambeli

I-aphoyintiment

i

Ukuhlelela

Khombisa Njenge

Isikhumbuzi

Bhizi

Isihloko:

Indawo:

Isikhathi sokuqala:

Isikhathi sokuqeda:

15 imizuzuLutho0 imizuzu

5 imizuzu

10 imizuzu15 imizuzu30 imizuzu1ihora

2 amahora3 amahora

Page 45: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ngabe ufuna ukwakha umhlangano? Mema abanye

Okuzokulungela yi-aphoyintimenti.

Uma kubandakanyeka nabanye, yakha umhlangano.

1

2

Kuthebhu ye-Aphoyintimenti, chofoza Mema Abahambeli.

Kuvela ibhathini nebhokisi okuthi Ku. Thayipha amagama ngqo ebhokisini noma chofoza ibhathiniKu ukwengeza abamenywa ngokukhetha ohlwini.

I-aphoyintimen

ti

Gcina bese Uvala

Mema Abahambeli

Shutheka

Fomatha Umbhalo

I-aphoyintimenti

Ukuhlelela

Khombisa Njenge

Isikhumbuzi

Bhizi

15 imizuzu

Umhlangano Shutheka

Fomatha Umbhalo

Ikhalenda

Sula

DlulisaI-aphoyintimenti Ukuhlelela I-Workspa

yomhlangano

Izenzo Veza

Ku

Khansela isimemo

Page 46: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Ngabe ufuna ukwakha umhlangano? Mema abanye

Okuzokulungela yi-aphoyintimenti.

Uma kubandakanyeka nabanye, yakha umhlangano.

3 Uma usuyifakile yonke imininingwane yomhlangano, chofoza Thumela ukuthumela isimemo kwabanye abahlanganyeli kumhlangano.

I-Workspa yomhlanga

no

I-aphoyintimen

ti

Gcina bese Uvala

Mema Abahambe

li

Shutheka

Fomatha Umbhalo

I-aphoyintimenti

Ukuhlelela

Khombisa Njenge

Isikhumbuzi

Bhizi

15 imizuzu

Umhlangano Shutheka

Fomatha Umbhalo

Ikhalenda

Sula

DlulisaI-aphoyintimenti Ukuhlelela I-Workspa

yomhlangano

Izenzo Veza

Ku

Khansela isimemo

Page 47: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Sebenza noxhumana naye

Uma uvula noma uhlela oxhumana naye, uzosebenzisa amabhathini eqoqweni Veza ukuveza noma ukufihla olunye ulwazi mayelana noxhumana naye.

Isibonelo, Uma ufuna ukuqaphela usuku lokuzalwa noma lomgubho loxhumana naye, chofoza ibhathini Imininingwane bese ukhetha usuku olufanele eceleni kwe Usuku lokuzalwa noma Usuku lokukhunjulwa.

Oxhumana naye Shutheka

Fomatha Umbhalo

Okujwayelekile

Imininingwane

Izitifiketi

Zonke Izinkundla

Okwenziwayo

Igama Eligcwele...

Inkampani

Isihloko somsebenzi:

Faka kufayela njenge:

I-Imeyli...

I-Internet

Page 48: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Iziphakamiso zokuzilolonga

1. Sebenzisa Ibhuku Lamakheli ne-Bcc.

2. Hlola ispelingi nemithetho yolimi.

3. Bheka amasignisha.

4. Ngeza iflegi lokulandelisa.

5. Phendula umyalezo; buyisa umyalezo (mawuthanda).

6. Hlelela i-aphoyintimenti bese usetha isikhumbuzi.

7. Yakha oxhumana naye omusha.

8. Hlela ikhadi lebhizinisi.

Page 49: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 2, umbuzo 1

Ukuqala umyalezo omusha, usebenzisa i-Ribbon. (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Yiqiniso.

2. Yiphutha.

Page 50: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 2, umbuzo 1: Impendulo

Yiphutha.

Wakha umyalezo njengoba uhlala wenza.

Page 51: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 2, umbuzo 2

Yikuphi kokulandelayo okukuvumela ukuba uveze noma ufihle ngokushesha inkundla ye-Bcc kumyalezo? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Ibhuku Lamakheli.

2. Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha.

3. Ibhathini Veza i-Bcc kuthebhu ye-Izinketho.

Page 52: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 2, umbuzo 2: Impendulo

Ibhathini Veza i-Bcc kuthebhu Izinketho.

Isifundo sokugcina sichaze ukuthi ku-Outlook unezinketho eziningi. Uthola ibhathini kuthebhu eliqondene nezinketho zomyalezo, ithebhu Izinketho.

Page 53: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 2, umbuzo 3

Usanda kuthumela umyalezo onephutha elibi manje ufuna ukuwubuyisa. Yini isinyathelo sokuqala? (Usuyazi ukuthi usebenzisa i-Microsoft Exchange Server.) (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Ewindini elikhulu le-Outlook, chofoza Buyisa Lo Myalezo kumenyu Izenzo.

2. Thola uvule umyalezo kufolda Izinto Ezithunyelwe .

3. Thola ukhethe umyalezo kufolda Izinto Ezithunyelwe .

Page 54: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 2, umbuzo 3: Impendulo

Thola uvule umyalezo kufolda Izinto Ezithunyelwe.

Uzovula umyalezo ku Izinto Ezithunyelwe, bese usebenzisa umyalelo ku-Ribbon: Chofoza Ezinye Izenzoeqoqweni Izenzo, bese uqhafaza Buyisa Lo Myalezo.

Page 55: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isifundo 3

Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe

Page 56: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe

Ukuthumela nokwamukela amafayela ananyathiselwe ku-Outlook 2007.

Uma wamukela izithombe ezinanyathiselwe noma amafayela e-Microsoft Office, uzokwazi ukusebenzisa Isihloli Kuqala Sezinanyathiselwa ukuhlola kuqala lezo zinanyathiselwa phakathi kwiFasitelana Lokufunda le-Outlook.

Futhi uma uthumela izithombe, i-Ribbon izokusiza uzithumele ngendlela oyifunayo.

Page 57: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Faka isinanyathiselwa

Ukufaka idokhumenthi enanyathiselwe noma isithombe kumyalezo wakho sekulula kunakuqala.

Njengoba uhlala wenza, uzoqala ngokwakha umyalezo omusha. Bese usebenzisa umyalo Namathisela Ifayela ku-Ribbon.

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Faka

Namathisela Ifayela

Namathisela Into

Ikhadi Lebhizinisi

Ikhalenda

Isignisha

Page 58: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Faka isinanyathiselwa

Lapho uzothola khona u-Namathisela Ifayela

Isithombe siwuveza kuthebhu Shutheka.

Ukubandakanya isinanyathiselwa wumsebenzi ovamile, ngakhoke uzothola Namathisela Ifayela kuthebhu ye Umyalezo nethebhu ye-Shutheka.

Faka

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Namathisela Ifayela

Namathisela Into

Ikhalenda

IsignishaIkhadi Lebhizini

si

Page 59: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Faka isinanyathiselwa

Ngeke unamathisele noma yini

Lokhu kuziphatha akushintshanga kokwezihumusho zangaphambili.

Nokho, mhlawumbe uzothanda ukwazi ukuthi ezinye izinhlobo zamafayela ezazivinjiwe manje sezivunyelwe futhi ezinye izinhlobo ezintsha sezengezwe ohlwini lokuvinjiwe.

I-Outlook izovimba izinhlobo ezithile zezinanyathiselwa zamafayela.

Faka

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Namathisela Ifayela

Namathisela Into

Ikhalenda

IsignishaIkhadi Lebhizini

si

Page 60: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Faka isithombe siqondane nombhalo

Ku-Outlook, kulula ukuthumela izithombe emzimbeni wemiyalezo yakho ye-email esikhundleni sokuthi zibe amafayela aseceleni.

1

2

Chofoza umyalelo Isithombe kuthebhu Shutheka .

Njengoba kuveziwe kumdwebo, uzobona isithombe emzimbeni womyalezo.

Ukwenza lokhu:

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Isithombe

Imidwebo

Page 61: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Zinike lesi thombe: amathebhu afikayo abuye ahambe

Ukudingidwa kwezithombe kunika ithuba lokuchaza enye into nge-Ribbon:

Amanye amathebhu avela kuphela uma wenza imisebenzi ethile.

1

2

3

Khetha isithombe osishutheke kumyalezo...

…uzobona ukuthi Amathuluzi Ezithombe kuyavela ku-Ribbon.

Ithebhu Fomatha ibandakanya imiyalo ongayisebenzisa ukuhlela isithombe ngaphambi kokusithumela.

Isibonelo, uma u:

Umyalezo Shutheka

Izinketho

Fomatha Umbhalo

Izitayela Zezithombe

Lungisa Hlela ngononina

Page 62: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Hlola kuqala izinanyathiselwa ngaphambi kokuzivula

Ku-Outlook 2007, ungamukela izinanyathiselwa.

Amanye amafayela ananyathiselwe angahlolwa kuqala kwiFasitelana Lokufunda.

Ake sithi othile ukuthumelela imidwebo emibili ye-Microsoft Office Visio® njengezinanyathiselwa, kodwa ufuna kuphela lowo okhombisa indlu entsha yokuqeqesha ebhilidini lakho.

Unganquma kanjani ngokushesha ukuthi yiliphi ifayela okumele ulivule noma uligcine kuhadidiski yakho?

Ibhokisi lengenayoCinga Ebhokisini lengenayo

Namuhla

Umyalezo

Kuthunyelwe:

Ku::

25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)

Umyalezo 25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)

Page 63: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Hlola kuqala izinanyathiselwa ngaphambi kokuzivula

Njengoba siveza isithombe, ukuhlola kuqala izinanyathiselwa kungaba yimpendulo yakho.

Ukuhlola kuqala izinanyathiselwa kukuvumela ukuba uveze ukuhlola kuqala kwezinhlobo ezithile zamafayela kuFasitelana ngqo Lokufunda le-Outlook. Ungakwenza lokhu ngaphandle kokuthi uvule amafayela ananyathiselwe.

Ukuhlola kuqala isinanyathiselwa, chofoza uphawu lwaso. Ukuhlola kuqala izinanyathiselwa kuvela kuFasitelana Lokufunda.

Ibhokisi lengenayoCinga Ebhokisini lengenayo

Namuhla

Umyalezo

Kuthunyelwe:

Ku::

25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)

Umyalezo 25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)

Page 64: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Iziphakamiso zokuzilolonga

1. Namathisela ifayela kumyalezo ulithumele kuwena.

2. Shutheka isithombe silingane nombhalo womyalezo wakho.

3. Hlola kuqala isinanyathiselwa.

4. Bona ukuthi yiziphi izihloli kuqala ozifakile (mawuthanda).

Page 65: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 3, umbuzo 1

Usifaka kanjani isithombe silingane nombhalo womyalezo wakho? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Sebenzisa ifomathi ye-Rich Text.

2. Sebenzisa umyalo we-Ifayela kuthebhu Shutheka.

3. Sebenzisa umyalo we-Isithombe esivela Kufayela kuthebhu Shutheka.

Page 66: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 3, umbuzo 1: Impendulo

Sebenzisa umyalo Isithombe Esivela Kufayela kuthebhu Shutheka.

Page 67: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 3, umbuzo 2

Wamukele umyalezo onezinanyathiselwa zezithombe ze-JPEG. Iyiphi indlela eshesha kunazo zonke yokuthola ukuthi uyafuna yini ukugcina izinanyathiselwa? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Vula umyalezo bese uqhafaza kabili uphawu lomyalezo ngamunye.

2. Chofoza izimpawu zezinanyathiselwa kuFasitelana Lokufunda.

3. Chofoza kwesokudla uphawu lwesinanyathiselwa, bese uqhafaza u Vula.

Page 68: Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha Yiba sezingeni

Isivivinyo 3, umbuzo 2: Impendulo

Chofoza izimpawu zezinanyathiselwa kuFasitelana Lokufunda.

Ukuqhafaza izimpawu zezinanyathiselwa kuzokuvumela ubone ukuhlola kuqala kwezithombe, esisodwa ngesikhathi, phakathi kuFasitelana Lokufunda. Lelisu lizosebenza nakwezinye izinhlobo zezinanyathiselwa: Izethulo ze-PowerPoint, amadokhumenti e-Word, noma amabhuku okusebenza e-Excel, ukubala okumbalwa.