3
INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE UJakobe No-Esawu GENESISE IZAHLUKO 25-33 s Zithathele futhi uprinte le-PDF kule ngosi www.jw.org/zu NGENXA YOKUTHI U-ESAWU WAYEZALWE KUQALA KUNEWELE LAKHE UJAKOBE, UYISE WAYEZOMNIKA ISIBUSISO ESIKHETHEKILE. KODWA U-ESAWU WAYENGENANDABA NASO UMA UNGANGIPHAKELA KULESO SITSHULU ESIBOMVU, UNGASITHATHA ISIBUSISO SAMI! LAPHO U-ESAWU ESAHAMBILE, UYISE KAJAKOBE U-ISAKA, WABUSISA UJAKOBE. U-ESAWU WEZWA UKUTHI UJAKOBE WAYESETHOLE ISIBUSISO ESIKHETHEKILE. MANJE KUTHIWANI NGAMI? NGIBUSISE NAMI, BABA! U-ESAWU WANQUMA UKUTHI WAYEZOZIPHINDISELELA KUJAKOBE NGIZOMBULALA UJAKOBE, UMFOWETHU! www.jw.org/zu ˘ 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania Ikhasi 1

INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE · njengoba u-esawu esondela, ujakobe wakhothama izikhathi eziyisikhombisa. njengoba kwase kudlule iminyaka eminingi futhi ujakobe embonise

  • Upload
    others

  • View
    3

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE · njengoba u-esawu esondela, ujakobe wakhothama izikhathi eziyisikhombisa. njengoba kwase kudlule iminyaka eminingi futhi ujakobe embonise

INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE

UJakobe No-EsawuGENESISE IZAHLUKO 25-33

sZithathele futhi uprinte le-PDF

kule ngosi www.jw.org/zu

NGENXA YOKUTHI U-ESAWU WAYEZALWEKUQALA KUNEWELE LAKHE UJAKOBE, UYISEWAYEZOMNIKA ISIBUSISO ESIKHETHEKILE.

KODWA U-ESAWU WAYENGENANDABA NASO

UMA UNGANGIPHAKELAKULESO SITSHULU

ESIBOMVU,UNGASITHATHA

ISIBUSISO SAMI!LAPHO U-ESAWU ESAHAMBILE,UYISE KAJAKOBE U-ISAKA,WABUSISA UJAKOBE.

U-ESAWU WEZWA UKUTHI UJAKOBEWAYESETHOLE ISIBUSISO ESIKHETHEKILE.

MANJEKUTHIWANI

NGAMI?

NGIBUSISE NAMI,BABA!

U-ESAWU WANQUMA UKUTHIWAYEZOZIPHINDISELELA KUJAKOBE

NGIZOMBULALAUJAKOBE,

UMFOWETHU!

www.jw.org/zu ˘ 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania

Ikhasi 1

Page 2: INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE · njengoba u-esawu esondela, ujakobe wakhothama izikhathi eziyisikhombisa. njengoba kwase kudlule iminyaka eminingi futhi ujakobe embonise

UJAKOBE WABALEKA KODWA WABUYELA EKHAYA NGEMVAKWEMINYAKA EMININGI . . .

U-ESAWU USENDLELENIUZOKUHLANGABEZA,

FUTHI UHAMBA NAMADODAANGU-400!

UZOSIBULALASONKE!

SIZOKWE-NZENJANI?

UJAKOBE WAYESABA.

O JEHOVA,NGISINDISEESANDLENI

SIKA-ESAWU NGOBANGIYESABA UKUTHI

UZONGILIMAZAKANYE NOMNDENI

WAMI!

NGAPHAMBI KOKUBANGIHLANGANE NO-ESAWU,MHAMBISELENI IZILWANE

EZIYIKHULU KULEZIEZAMI NJENGESIPHO.MHLAWUMBE UZOBA

NOMUSA KIMI.

LAPHO ESENDLELENI EYOHLANGANANO-ESAWU, UJAKOBE WAHLANGANANENGELOSI. LE NGELOSI YAMBUSISAUJAKOBE.

MANJE UJAKOBE WAYESAZI UKUTHIUJEHOVA WAYEZOMVIKELA . . .

www.jw.org/zu ˘ 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania

INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE � UJakobe No-Esawu � Ikhasi 2

Page 3: INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE · njengoba u-esawu esondela, ujakobe wakhothama izikhathi eziyisikhombisa. njengoba kwase kudlule iminyaka eminingi futhi ujakobe embonise

NJENGOBA U-ESAWU ESONDELA, UJAKOBE WAKHOTHAMAIZIKHATHI EZIYISIKHOMBISA.

NJENGOBA KWASE KUDLULE IMINYAKA EMININGI FUTHIUJAKOBE EMBONISE UMUSA OMKHULU UMFOWABO, U-ESAWUWAYENGASAFUNI UKUMBULALA UJAKOBE. U-ESAWU WAMANGAUJAKOBE, FUTHI BABUYISANA.

YINI ESIYIFUNDA KUJAKOBENO-ESAWU?

KUNGANI U-ESAWU AYEMTHUKUTHELELE

KANGAKA UJAKOBE?

UMKHONDO: GENESISE 27:41; IZAGA 14:30.

UMA UMFOWENU NOMA UDADEWENU ECASUKILE

NOMA ENGENAMUSA, YINI OKUFANELE UYENZE?

UMKHONDO: 1 PETRU 3:8, 9.

www.jw.org/zu ˘ 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania

INDABA YEBHAYIBHELI ELANDISWA NGEZITHOMBE � UJakobe No-Esawu � Ikhasi 3